OWAYENGUMSAKAZI oKhozini FM, uNgizwe Mchunu, uphonsele ubuholi be-ANC eThekwini ukuba bulalele abantu bakuleli abakhala ngabokufika abangekho emthethweni ...
MaGumede, ngingowesilisa futhi ngihlala komalume nomzala wami singabafana sibaningi kodwa yimina kuphela ozalwa indodakazi. Inkinga mina nomunye umzala wami esilingana naye sinokuxabana ngoba njalo ...
Ngemuva kokusinda esigamekweni sokudutshulwa ngesonto eyedlule, uJoseph “Big Joe” Nyalungu udutshulwe wabulawa NgoMgqibelo emagcekeni ebhizinisi lakhe eMkhuhlu, eMpumalanga. Kubikwa ukuthi abesilisa ...
LISALE lididekile futhi libambe ongezansi iJaji laseNkantolo eNkulu yaseThekwini, uBruce Bedderson, lixakwa yisinqumo sikathishanhloko waseMpumulwane Primary, KwaMaphumulo, uMnuz Sithembiso Khumalo, ...
INDLELA okulalelwa nokuthengwa umculo ngayo nsuku zonke ikhomba ukuthi umculo weGqom yiwona ozogcina uqengeleza phambili ngokulalelwa nangokuthengwa kakhulu eNingizimu Afrika. Lokho kushiwo yiNhloko ...
KUSHONE obemele i-DA embangweni wesikhundla sobumeya kuMasipala waseMhlathuze, uMnuz Christo Botha. UBotha, obeyiphini lemeya kuMasipala waseMhlathuze, ushone emva kokuxinwa ukugula. Izindaba ...
Isikhulu samatekisi esidumile eMpumalanga, uJoe “Ferrari” Sibanyoni, singomunye wabesilisa abathathu ababoshiwe esigamekweni esididiyelwe samaphoyisa sokuqola okuhlobene necala osekunesikhathi ...
UBUHLE nobubi bokuthandana kwezitshudeni emanyuvesi, yizona zethulo ezigqame ocwaningweni lukaDkt Phumelele Basi ezifundweni zakhe zobudokotela asanda kuzethweswa yi-University of KwaZulu-Natal (UKZN) ...
AKAXHAMAZELI uMengameli Cyril Ramaphosa, odabeni lwezinsolo ezibhekene noNgqongqoshe wokuThuthukiswa koMphakathi kuleli, uNksz Sisisi Tolashe. UNksz Tolashe usolwa ngokudukisa iPhalamende odabeni ...
“Kuthiwa uhlaselwe abafana abambalwa okuthiwa wayekade exabane nabo ngempelasonto ende yokuqala kukaMeyi. Kuthiwa iqembu ayepikwe kulo, iMjiva yayikade idlala neqembu lalaba bafana esingalazi igama ...
UPHETHE ngezinyembezi umcimbi wokukhongwa kowesifazane waseZwelibovu, ngasePinetown, ngemuva kokuba seliyoshona ilanga - sekuhambe abakhongi nezihlobo - kugasele amadoda amahlanu ehlome eyizingovolo ...
BANGASE bavale isifundazwe sonke ngokhukhulelangoqo wesiteleka osonkontileka abakha imigwaqo, abakhala ngokungakhokhelwa wuMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal, kusuka nyakenye. Lokhu bakuveze, ...