Sekuqalwe uphenyo ngokuputshuka kwamaphepha akwa-matric, afaka iphepha lesiNgisi, iMaths kanjalo nelePhysical Science. Kumiswe abasebenzi bomnyango weMfundo eyisiSekelo, okusolwa ukuthi banesandla ...
UMbalula uthe kubalulekile ukuba i-ANC ivuke izithathe KwaZulu-Natal, wathi uma i-ANC ingase ikwazi ukuvuka izithathe KwaZulu-Natal naseGauteng, ingakwazi ukunqoba ngamalengiso ukhetho.
Abadlali okubalwa kubona uYoane Wissa waseDemocratic Republic of Congo (DRC) odlala kwiNewcastle, Yves Bissouma weTottanham ...
Amaphoyisa omkhandlu waseKurhuleni anxusa abanikazi bezimoto ezisephawundini ukuba basondele ngokushesha zingaze zifakwe endalini ...
KUHLONISHWE amaciko agqamise iKwaZulu-Natal ezweni nasemhlabeni jikelele ngomculo emcimbi iGagasi FM Beach Festival ...
INTOKAZI yaseThekwini edle umhlanganiso womncintiswano wokumodela waminyaka yonke u-Miss KZN Queen 2025/26, uNelisa Khumalo ...
BAZOHLOLELWA ezokuphepha ezimotweni mahhala abanikazi bezakwa-Omoda & Jaecoo South Africa ukuzilungiselela ukuthatha ...
Leli yithuba elihle lokubonisa uthando kubo bonke abantu osondelene nabo abenze unyaka wakho waba muhle. Lokhu ungakwenza ...
UChaine ubesezintini ngesikhathi iPirates iqukula iCarling Knockout ngempelasonto edlule lapho inqobe khona ngo 1-0 wegoli ...
BATHENJISWE ukuthi kuzoshaya uKhisimusi, sebekhokhelwe abamakela u-matric KwaZulu-Natal. Lokhu kuqinisekiswe yisikhulu ...
ISELA ligqekeze umuzi oseParkgate, eVerulam ayeka konke obekusendlini ashaya achitha noGumede, inyoka ebifuyiwe.
UBENGAPHANDLE ngoshwele ecaleni lokubulala owesilisa okuthiwa ugwaze, wabulala abantu abayisihlanu eMalangeni, eMzinto ngoMgqibelo, wase naye ezihenga.