U-ANDILE Mxhakaza useveze ukuthi ukukholwa kumsizile ekuthatheni izinqumo ezihlukene empilweni yakhe manje kunakudala.
OWAYENGUMSAKAZI oKhozini FM, uNgizwe Mchunu, uphonsele ubuholi be-ANC eThekwini ukuba bulalele abantu bakuleli abakhala ngabokufika abangekho emthethweni ...
INDLELA okulalelwa nokuthengwa umculo ngayo nsuku zonke ikhomba ukuthi umculo weGqom yiwona ozogcina uqengeleza phambili ngokulalelwa nangokuthengwa kakhulu eNingizimu Afrika. Lokho kushiwo yiNhloko ...
MaGumede, ngingowesilisa futhi ngihlala komalume nomzala wami singabafana sibaningi kodwa yimina kuphela ozalwa indodakazi. Inkinga mina nomunye umzala wami esilingana naye sinokuxabana ngoba njalo ...
Ngemuva kokusinda esigamekweni sokudutshulwa ngesonto eyedlule, uJoseph “Big Joe” Nyalungu udutshulwe wabulawa NgoMgqibelo emagcekeni ebhizinisi lakhe eMkhuhlu, eMpumalanga. Kubikwa ukuthi abesilisa ...
LISALE lididekile futhi libambe ongezansi iJaji laseNkantolo eNkulu yaseThekwini, uBruce Bedderson, lixakwa yisinqumo sikathishanhloko waseMpumulwane Primary, KwaMaphumulo, uMnuz Sithembiso Khumalo, ...
UBUHLE nobubi bokuthandana kwezitshudeni emanyuvesi, yizona zethulo ezigqame ocwaningweni lukaDkt Phumelele Basi ezifundweni zakhe zobudokotela asanda kuzethweswa yi-University of KwaZulu-Natal (UKZN) ...
UPHETHE ngezinyembezi umcimbi wokukhongwa kowesifazane waseZwelibovu, ngasePinetown, ngemuva kokuba seliyoshona ilanga - sekuhambe abakhongi nezihlobo - kugasele amadoda amahlanu ehlome eyizingovolo ...
KUSHONE obemele i-DA embangweni wesikhundla sobumeya kuMasipala waseMhlathuze, uMnuz Christo Botha. UBotha, obeyiphini lemeya kuMasipala waseMhlathuze, ushone emva kokuxinwa ukugula. Izindaba ...
Isikhulu samatekisi esidumile eMpumalanga, uJoe “Ferrari” Sibanyoni, singomunye wabesilisa abathathu ababoshiwe esigamekweni esididiyelwe samaphoyisa sokuqola okuhlobene necala osekunesikhathi ...
“Kuthiwa uhlaselwe abafana abambalwa okuthiwa wayekade exabane nabo ngempelasonto ende yokuqala kukaMeyi. Kuthiwa iqembu ayepikwe kulo, iMjiva yayikade idlala neqembu lalaba bafana esingalazi igama ...
SIKHETHE ukukhumbula unina ongasekho ngokuthi sinyukele esteji sabagqokiswa iminyezane siphethe isikibha esibhalwe umyalezo ngokushona kwakhe, isitshudeni saseNyuvesi yaKwaZulu-Natal, ebesithweswa ...
Results that may be inaccessible to you are currently showing.
Hide inaccessible results