KUNGENZEKA iKaizer Chiefs iphoqeleke ukushintsha umqondo ngomgadli, uTashreeqa Morris, ebihlele ukumchitha ekupheleni kwesizini. UMorris ushaye igoli emdlalweni wakhe wokuqala wesizini elibeke ...
UBUHLUNGU nesilonda esisala komama abondla izingane ngabodwana ngenxa yobaba abangondli yikhona okuzogqama kakhulu emdlalweni omfishane ozokhonjiswa kwiMzansi Magic othi Kuningi, ozoqala ukukhonjiswa ...
OWAYENGUMDLALI wasesiswini kwiBafana Bafana, uBennet Mnguni, ukholwa wukuthi leli qembu linalo ithuba lokuqopha umlando ngokudlula esigabeni samaqoqo okokuqala kusukela iNingizimu Afrika yaqala ...
ILOKHU ikhule njalo inzuzo yemali eyenziwa amaciko akuleli zwe ngokulalelwa komculo wawo kwiSpotify. Izibalo zangonyaka odlule zikhombie ukuthi ukulalelwa komculo wawo kungenise imali ebalelwa ...
KULINDELEKE ukuthi igxile kakhulu emacikweni inhlangano engenzi nzuzo esanda kwethulwa yinkakha endimeni yomculo nesike yahlabana ngendondo iGrammy Award iphinde ibe umculi, uphrojusa, usomabizinisi ...
LIVULE ngonyawo oluhle liqoqa amaphuzu aphelele iqembu lesizwe lika-Under 23, Amajimbos, liguqisa iSenegal emdlalweni ka-Group D we-Africa Cup of Nations (Afcon) Under 17 ngoLwesine kusihlwa eComplex ...
UMQEQESHI woMkhambathi FC, uXolani “Sdoks” Khumalo, uyavuma ukuthi banengcindezi yokuwunqoba umdlalo wabo wamanqamu wesifundazwe weSafa KwaZulu-Natal ABC Motsepe League wokuhlunga iqembu elizomela ...
UMLINGISI, odlale kuZalo nakwiSbongile & Dlaminis, ubhoboke ngokudlwengulwa aze akhulelwe okwenziwa yisihlobo sakhe esahamba uMkhosi woMhlanga. URanatefetswe "Rena" Ramosala (41), onguNkk Zondo kuZalo ...
KUBHEKWE ngabomvu ukumenyezelwa kohlu losomahlaya bakuleli abazoboshelwa eqenjini lesizwe iBafunny Bafunny. Ngokusho komsunguli nokaputeni waleli qembu, uTrevor Noah, iBafunny Bafunny izohlekisa ...
AKAXHAMAZELI uMengameli Cyril Ramaphosa, odabeni lwezinsolo ezibhekene noNgqongqoshe wokuThuthukiswa koMphakathi kuleli, uNksz Sisisi Tolashe. UNksz Tolashe usolwa ngokudukisa iPhalamende odabeni ...
UTHATHWE emalini yezinye izinhlelo zoMnyango wezokuBusa ngokuBambinsana kanye neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal u-R 19 million okuthengwe ngawo izingqovungqovu zezimoto ezinikwe imikhandlu yamakhosi ...