UBUHLUNGU nesilonda esisala komama abondla izingane ngabodwana ngenxa yobaba abangondli yikhona okuzogqama kakhulu emdlalweni omfishane ozokhonjiswa kwiMzansi Magic othi Kuningi, ozoqala ukukhonjiswa ...
ISIFO sakamuva esihlasele iMamelodi Sundowns sokuba nomusa namagoli kufanele siphele kowomlenze wokuqala wamanqamu weCaf Champions League ne-AS FAR yaseMorocco ozodlalwa kusasa ngo-4 ntambama, eLoftus ...
OWAYENGUMDLALI wasesiswini kwiBafana Bafana, uBennet Mnguni, ukholwa wukuthi leli qembu linalo ithuba lokuqopha umlando ngokudlula esigabeni samaqoqo okokuqala kusukela iNingizimu Afrika yaqala ...
SEKUQUBUKE umsindo esizweni sakwaNyawo, eNgwavuma ngemuva kokuvela kwezindaba zokuthi indodana ebhekene ngeziqu zamehlo noyise kubangwa isihlalo sobukhosi izobekwa ngokusemthethweni njengenkosi ...
Amaphoyisa KwaZulu-Natal ahlenge owesifazane owayethunjwe kanye nabanye abayisikhombisa ekhaya labo eChappies Section, eMandeville, eSundumbili, ngamadoda angaziwa ezintatha zangoLwesihlanu, 15 Meyi ...
UMA kubalwa izintokazi ezifike kwezwakala emculweni nyakenye, alisali ngaphandle igama lentokazi yaseMlaza, eningizimu yeTheku - uDe Rose ongelinye lamaciko afike kwezwakala, egila izimanga ngengoma ...
ILOKHU ikhule njalo inzuzo yemali eyenziwa amaciko akuleli zwe ngokulalelwa komculo wawo kwiSpotify. Izibalo zangonyaka odlule zikhombie ukuthi ukulalelwa komculo wawo kungenise imali ebalelwa ...
KUNGENZEKA iKaizer Chiefs iphoqeleke ukushintsha umqondo ngomgadli, uTashreeqa Morris, ebihlele ukumchitha ekupheleni kwesizini. UMorris ushaye igoli emdlalweni wakhe wokuqala wesizini elibeke ...
Showing articles for tag 'kzn-budget' ...
KUNGASE kuvuke upelepele ogqokweni azithole ebhekene nohlelo lokukhishwa esikhundleni uMengameli Cyril Ramaphosa, njengoba iNkantolo yezoMthethosisekelo izokhipha isinqumo ngodaba lokuntshontshwa ...
INGCABHA isisemphakathini ukuthi uphawule ngomthetho ozovumela abantu bakuleli ukuthi bagcine omazisi babo kumaselula. Ngaphansi komthetho i-Identification Act ka-1997, bazokwazi nokugcina izitifiketi ...
USESHAYA ungqimphothwe umsunguli weThekwini Neighbourhood Watch, uMnuz Andile Jali, ngamazwi ashiwo uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu- Natal, uLietenant General Nhlanhla Mkhwanazi njengoba phambilini ...